UMKHULEKO WENDLOVUKAZI
About UsEmva kwesikhathi eside sekwebhulekile ukuthi isizwe sazi noma siqonde unina waso iNdlovukazi ezala iSilo uZwelithini ukuthi ilondolozwe kuphi. Kubukeka kungaba into enhle ukuyobuthana kwesizwe kanye neNdlunkulu lapho kulele khona iNdlovukazi nomoya wayo, asingabazi ukuthi iyakujabulela ukubuthana kwesizwe lapho ilele khona